Mhlakaza umuthi uyangena emithini yokususa izitha, uyangena emithini yokususa isilwane, uyangena kwizikhafulo

Mahlaka umuthi

Mhlakazi umuthi uyangena emithini eminingi, uMhlakazi uyakwazi ukuwuthaka neminye imithi uhlukanise abantu abathandanayo. Umhlakaza uyangena emithini yokususa isichitho, umhlakaza uyangena kwizikhafulo. Umhlakaza uyangena emithini yokususa isilwane.

Wenzani umuthi umhlakaza? Umuthi wokususa idliso noma wokukhipha idliso usebenzisa umhlakaza, ake siwuthake umhlakaza ubone uthakwa kanjani?
Iphengulula umuthi
Umvuthuza umuthi
Umhlakaza umuthi
Umbola wentaba umuthiS
Uyaphalaza ngalomuthi ukhiphe idliso Umuthi wokukhipha isichitho Isichitho siyasuka ngalomuthi olandelayo


Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Chithibhunga isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyalapha izifo eziningi, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwimbiza yomhlume, usetshenziswa emithini yokuvula izinto zakho zikhanye. Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokushaya izitha. Usetshenziswa emithini yokususa isinyama Kanye nesichitho.
Ingwavuma isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iwumndeni wemithi enegama elithi “vuma” yonke imithi enovuma, iyalalela ivume yenze othi ayikwenze, Ingwavuma iyangena emithini yesibambelelo, iyangena kwisikhafulo, iyangena emithini yokuthandeka, iyafutha, iyaphalaza. Ingwavuma uyayenza ibe yibutho iyodwa.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?